歌曲 / 歌词

Choral Medley Part 1 / Choral Medley Part 2 / Choral Medley Part 3 - Live

Listen on Apple Music

歌词

Elasezulwini igama limnandi, limnandi
Ledlula elasezweni
Limnandi, limnandi, limnandi
Ledlula elasezweni
Ledlula elasezweni
Elasezulwini igama limnandi, limnandi
Ledlula elasezweni
Limnandi, limnandi, limnandi
Ledlula elasezweni
Ledlula elasezweni
Limnandi (limnadi ledlula)
Lona leli gama (limnadi ledlula)
Limnandi (limnadi ledlula)
Limnandi
Limnandi (limnadi ledlula)
Lona leli gama (limnadi ledlula)
Limnandi (limnadi ledlula)
Limnandi
Wake wathi uMariya esakhonz' iNkosi
Ingelosi uGabriyela yafika yathi
Yethi, yethi, yethi uMariya
Yethi, yethi, yethi uMariya
Yethi, yethi, yethi uMariya
Uzokhulelwa, uzal' uMsindisi
Wo! Ngobuhlungu benhliziyo yami owakuthwala
Onk' amacal' enganginawo wangihlawulela
Wawukhathazwa udunyazwa
Ngobonga ngani eNkosini
Ngingenalutho
Zonke izon' engazenzayo wangithwalela
Onk' amacal' enganginawo wangihlawulela
Wanyamezela uthulile
Ngobonga ngani eNkosini
Zonke izon' engazenzayo wangithwalela
Onk' amacal' enganginawo wangihlawulela
Wanyamezela uthulile
Ngobonga ngani eNkosini
Ngingenalutho
Ngingenalutho
Ngingenalutho